Isihlahla liqoqo lezinkondlo zeSintu. Uhlobo lwezinkondlo ze Epic, eleji ne rilikhi Loluhlobo lwezinkondlo zithinta ukuhlalisana kwabantu , lisiko nezi ngqinamba, kanye nezimo zempilo. Isihloko sithathelwe enkondlweni engaphakathi encwadini lapho imbongi izifanisa nesihlahla ikhuthaza iphinde iqhakambise ukuzigqaja ngemvelo. Ziyakhuthaza kakhulu ,ziyafundisa Isihlahla siqanjwe ngesifaniso, kufaniswa umuntu obuka izinto ngeso elijulile efundisa kumbe efaka isiyalo, zijiyile ngolimi lwebele, Lokho kwenza zihluzeke ziphinde zihayeke. Zinomqondo osobala, Kanye nocashile okwenza uyi langazelele. Isihlahla siqhakambisa kakhulu ukuzigqaja Kanye nenhlonipho. Sigqugquzela kakhulu ukuqhakambisa ulimi lwebele. Isihlahla ngumongo wemvelo. Singabantu sinobu dlelwano obuhle nezihlahla.
Dieser Download kann aus rechtlichen Gründen nur mit Rechnungsadresse in A, B, CY, CZ, D, DK, EW, E, FIN, F, GR, H, IRL, I, LT, L, LR, M, NL, PL, P, R, S, SLO, SK ausgeliefert werden.